UMiguel Cardoso opheka iMamelodi Sundowns uveze umqondo ocashile ngokuphuma kwe-Orlando Pirates kwiCaf Champions League.
BASAGCWELE amathafa abasolwa ngokubulala ngesihluku umsakazi wodumo kwiMbokodo FM nakuMgungundlovu FM, uDumisani "Dumi Bee" ...
KUTHIWA beziyinkukhu nempaka izihlobo okuvele izolo ukuthi zibulalane ngesikhulu isihluku ekhaya lazo elikwa-K, KwaMashu.
IPHINI likamengameli wezwe uMnuz Paul Mashatile lithi bafuna aphume aphele embuthweni amaphoyisa enza izinto ezingalungile ...
Unobuhle waseMgungundlovu owafinyelela esigabeni sabangu-10 abaphambili emncintiswaneni kaMiss South Africa ngo-2022 ...
Okusisalele wukuthi sikhiphele isibhongo seChampions League kuwona wonke amaqembu esizobhekana nawo,” kusho u-Ouaddou.
AKUKACACI namanje ukuthi bazokhululeka futhi bakuthole nini okungokwabo abantu abalinde izizumbulu zemali yabo ababeyigcine ...
Isitobha seMamelodi Sundowns u-Aubrey Modiba sigeqe amagula ngokwenza bangazwani nokushaywa yi-Orlando Pirates.
UPHITHENE amakhanda ukuthi ingabe isitha sivela ngakuphi umndeni wenyanga edumile yaKwaMhlabuyalingana edutshulwe, yabulawa, ...
ISIGABA sezimoto zikaNokusho sithwele kanzima ngenxa yokuthi abantu bafuna izimoto ezishibhile kwazise imali ayibonwa.
ZIZOKWANDA izindawo zomphakathi zokushaja izimoto ezihamba ngogesi eNingizimu Afrika kulandela isimemezelo sokuthi inkampani ...
INJABULO emphakathini waseMolweni ngaseHillcrest, eThekwini, amaphoyisa eshaqa imigulukudu emihlanu, ebisolwa ngokuhlalisa ...